ZU/Prabhupada 0004 - Don't Surrender To Any Nonsense



Lecture on BG 10.2-3 -- New York, January 1, 1967

Le nqubo... Eshiwo futhi ku-Bhagavad-gītā. Tad viddhi praṇipātena paripraśnena sevayā (BG 4.34). Uma ufuna ukuqonda ukuthi isayensi obabazekayo, khona-ke kufanele silandele lesi simiso. Yini khona loko? Tad viddhi praṇipātena. Kumemle uzinikele. Kuyafana: kufana nje nge namanta eva. Ngaphandle uba nizithobe, awukwazi uba ngumphefumulo owayezinikele.

Kuphi? Praṇipāta. Umthola kuphi umuntu onjalo "Nanku umuntu lapho kungaba ngizinikele"? Khona lokho kusho ukuthi kumele senze ukuhlola kancane lapho sizinikele khona. Lokhu lwazi kumele sibe nalo. Ungazinikeli nakubani na. Kumele..... Ubheka njani ukuthi uzinkela kohlakaniphile noma umbhedo? Nalokho kushiwo kwi-śāstra. Kushiwo nakwi- Kaṭha Upaniṣad. Tad viddhi praṇipātena pari... (BG 4.34). Kaṭha Upaniṣad says that tad-vijñānārthaṁ sa gurum evābhigacchet śrotriyaṁ brahma-niṣṭham [MU 1.2.12]. Lesi śrotriyam kusho umuntu olandela ukulandelana owaziyo, ofundisiwe. Futhi iyini ubufakazi bokuthi ukulandela okufundisiwe? Brahma-niṣṭham. Brahma-niṣṭham kusho ukuthi uqiniseke ngokugcwele mayelana neNyaniso. Apho ke kumele uzinikele. Praṇipāta. Praṇipāta kusho prakṛṣṭa-rūpeṇa nipātam, ngaphandle kokungabaza.

Uma umtholile umuntu onjalo, zinikele lapho kuye. Praṇipāta. Futhi zama ukumkhonza, zama ukumjabulisa, umbuze nemibuzo. Konke kuzvela kucace. Kufanele uthole onjalo umuntu onegunya futhi uzinikele kuye. Ukuzinikela kuye kusho ukuthi uznikela kuNkulunkulu ngoba nguye omele uNkulunkulu. Kodwa wena uvunyelwe ukubuza imibuzo, hhayi ukuchitha isikhathi, kodwa ukuqonda. Lokhu kubizwa paripraśna. Lokhu yinqubo Konke kukhona lapho. Kumele nje sikuvume. Kodwa ma singayivumi lenqubo sicitha iskhathi nje ngokudakwa nokucabanga okubi nokwenzwa umbhedo, akunakwenzeka nanini na. Awusoze uqonde ukuthi ubani uNkulunkulu. Ngoba uNkulunkulu akayena kuyaqondakala ngisho yizingelosi futhi nanga bacabangi abakhulu. Kuyini imizamo yethu encanyana?

Ngakho lezi' nqubo. Futhi uma uyalandela, asammūḍhaḥ, asammūḍhaḥ, uma ulandela izimiso kancane kancane, asammūḍhaḥ, ngaphandle kokungabaza, uma wenze ... Pratyakṣāvagamaṁ dharmyam. Uma ulandela, uzoba uqonde, wena, "Yebo. Ngithola okuthile." Akukhona ukuthi wena ubumpumputhe, wena okulandelayo uvale amehlo. Njengoba ulandela izimiso, nawe uzoba uqonda. Nje nga ma usidla ukudla okunomsoco, uzoziva usemandleni nokulamba kwakho kuzo kwaneliseka. Ungazange ubuze noma ubani. Uzoziva. Ngokufanayo, uma ufika endleleni efanele futhi uma ulandela isimiso, nawe uzoba ukuqonda, "Yebo, ngithuthuka." Pratyakṣa...Kwisahluko lesishiyagalolunye Uthe pratyakṣāvagamaṁ dharmyaṁ susukham. Futhi kulula kakhulu. Futhi ungakwazi ukwenza ujabule. Futhi yini inqubo? Siyoyihaya Hare Kṛṣṇa futhi sidle ne-kṛṣṇa-prasāda sifunde nemfundiso ye-Bhagavad-gītā, silalele nomculo omnandi. Ingabe kunzima kakhulu? Ingabe kunzima kakhulu? Lutho neze. Ngakho ngale nqubo uzoba asammūḍhaḥ. Akekho onga kukhohlise. Kodwa uma ufuna ukukhohliswa kukhona abakhohlisi abaningi kakhulu. Manje ke sukwenza umphakathi wabakhohlisi nabakhohlisiwe. Landela nje inqubo ye-paramparā njengoba beshilo kwizincwadi zama-Veda, njengoba eshilo u-Kṛṣṇa. Zama ukuqonda koknke futhi uzame ukukwenza emphilweni yakho. Usho ke u-asammūḍhaḥ sa martyeṣu. Martyeṣu kusho....Martya kusho abalungele ukushona. Obani? Laba bantu, usukela ku-Brahmā ukwhla uye kwintuthwane engabalulekile. Martya kusho ukuthi kunesikhathi sokushona kuzo zonke izinto. Ngakho martyeṣu. Kulabo bashonayo uyahlakanipha. Asammūḍhaḥ sa martyeṣu. Ngoba? Sarva-pāpaiḥ pramucyate. Ngoba ukhululekile kwimiphumelo yezono nezenzo ezimbi. Kuleli lizwe, noma siyazi okanye asazi, senza izono nezenzo ezimngalungile.

Ngakho ke kumele siphume kulezi ziphumelo. Siphuma njani ke? Nalokhu kushiwo kwi-Bhagavad-gītā. Yajñārthāt karmaṇo 'nyatra loko 'yaṁ karma-bandhanaḥ (BG 3.9). Ma usenza, yenzela kuphela u-Kṛṣṇa...Yajña kusho u-Viṣṇu okanye u-Kṛṣṇa. Ma usenzela u-Kṛṣṇa kuphela, uyakhululeka kwiziphumelo zezenzo zonke. Śubhāśubha-phalaiḥ. Senza okubi noma okuhle. Kodwa labo abacabanga ngo-Kṛṣṇa futhi abenza njalo, abanalutho nobuhle nesono ngoba usebenzela oyena omuhle, u- Kṛṣṇa. Ngakho ke sarva-pāpaiḥ pramucyate. Ukhululekile kwiziphumelo zonke zezono.

Yinqubo le. Futhi uma siyithatha le nqubo, siyaqonda u-Kṛṣṇa Impilo yethu ize iphumelele. Inqubo ilula, futhi singakwazi, sonke singayithatha. Ngiyabonga kakhulu